UEksodusi 21:29 - IsiZulu 202029 Uma inkabi ijwayele ukugwaza abantu, futhi nomniniyo exwayisiwe ngalokho, kodwa angayibophi, uma-ke ibulala owesilisa noma owesifazane, iyokhandwa ngamatshe, nomniniyo abulawe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Kepha uma inkabi ibizinge ihlaba nangaphambili, futhi lokhu kufakaziwe kumniniyo, engayigcinanga kodwa, inkabi isibulele owesilisa noma owesifazane, leyo nkabi yokhandwa, abulawe nomniniyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202429 Kepha uma inkabi ihlaba ngophondo, kwafakazelwa umniniyo, akayibambanga, kepha wabulala owesilisa noma owesifazane; inkomo kumelwe ikhandwe ngamatshe, nomnikazi wayo naye abulawe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |