Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 20:26 - IsiZulu 2020

26 Awuyukwenyukela e-althare lami ngezitebhisi, funa kwambulwe ubunqunu bakho.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Awuyikukhwela e-altare lami ngezikhwelo, funa kwambulwe ubunqunu bakho.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ungenyukeli futhi izitebhisi ukuya e-altare lami, ukuze ubuze bakho bungabonakali kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 20:26
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emkhandlwini wabangcwele, umelwe ukuhlonishwa kakhulu yibo bonke abamzungezileyo.


“Uyobenzela namabhulukwe elineni ukuze kufihlwe ubunqunu babo, asuke okhalo aze afinyelele emathangeni.


U-Aroni namadodana akhe bayowagqoka lapho bengena ethendeni lokuhlangana, nalapho besondela e-althare ukuyokhonza endaweni engcwele, uma bengenzi kanjalo bayakuzithwesa icala, bafe. Lokhu kuyakuba yisimiso saphakade kuye nasezizukulwaneni zakhe kuze kube phakade.


Qaphela izinyathelo zakho nxa uya endlini kaNkulunkulu, kungcono ukusondela ulalele, kunokunikela umhlatshelo weziwula, ngokuba azikwazi ukubalekela ukwenza ububi.


Ubude bonqenqema babungamakhubhithi ali-14, kanjalo nobubanzi balo, lunezinhlangothi ezine ezilinganayo. Umngcele walo, nxazonke, wawuyingxenye yekhubhithi, umsele walo wawuyikhubhithi nxazonke, izikhwelo zalo zibheke ngasempumalanga.”


UMose wayesethi ku-Aroni: “Yikho lokhu uSimakade akukhuluma, wathi: “ ‘Ngalabo abaseduze nami ngiyakuzibonakalisa ngingcwele, phambi kwabantu bonke ngiyakukhazimuliswa.’ ” U-Aroni wathula.


ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Manibe ngcwele, ngokuba Mina ngingcwele.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ