Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 18:15 - IsiZulu 2020

15 UMose wathi kumukhwe wakhe: “Kungokuba abantu beza kimi ukuzobuza okushiwo nguNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UMose wathi kumukhwe wakhe: “Kungokuba abantu beza kimi ukuyombuza uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UMozisi wasesithi kuyisezala: Ngoba abantu beza kimi ukubuza kuNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 18:15
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umukhwe kaMose wakubona konke lokhu ayekwenzela abantu, wathi kuye: “Kuyini lokhu obenzela khona abantu na? Kungani uhlale wedwa, uzungezwe ngabantu kusukela ekuseni kuze kuhlwe na?”


Bamshiya evalelwe ngoba kwakungakanqunywa ukuthi kuzokwenziwani ngaye.


Kwakukhona abantu abathile ababengcoliswe yisidumbu somuntu, ababengakwazi ukugcina iphasika ngalolo lusuku; beza phambi kukaMose no-Aroni ngalolo lusuku.


UMose wathi kubo: “Yimani, ukuze ngizwe ukuthi uSimakade uyakuyala athini ngani.”


Emveni kokufa kukaJoshuwa, abantu bakwa-Israyeli babuza kuSimakade, bathi: “Ngubani ozosihola siyokulwa namaKhanani, na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ