Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 17:10 - IsiZulu 2020

10 UJoshuwa wenza njengalokhu uMose eshilo kuye, walwa nama-Amaleki, ngesikhathi uMose, u-Aroni, noHure bekhuphukela esiqongweni sentaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UJoshuwa wenze njalo, njengalokho uMose eshilo kuye, walwa no-Amaleki; oMose, no-Aroni, noHure bakhuphukela esiqongweni sentaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UJoshuwa wenza njengalokho uMose emyalile, walwa no-Amaleki; oMose, no-Aroni, noHure bakhuphukela esiqongweni sentaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 17:10
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esefile u-Azuba; uKhalebhu wathatha u-Efrathi, wamzalela uHure.


Noma nini lapho isandla sikaMose siphakeme, u-Israyeli wayenqoba, kodwa uma esehlisa esiphumuza, kunqobe ama-Amaleki.


Kodwa izandla zikaMose zase zikhathele, ngakho-ke bathatha itshe balibeka phansi kwakhe, wahlala kulo. U-Aroni noHure baphakamisa izandla zakhe, omunye kuleli cala nomunye kwelinye icala, izandla zama kanjalo ziqinile laze lashona ilanga.


Wathi kumalunga: “Silindeni lapha kule ndawo size sibuyele kini. Bhekani, u-Aroni noHure banani; noma ngubani onodaba makaye kubo.”


“Bheka, ngimbize ngegama uBhezaleli indodana ka-Uri, ka-Huri wesizwe sakwaJuda,


Nibafundise ukukugcina konke enginiyale ngakho. Niyabona, Mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe.”


Nina ningabangani bami, inqobo nje uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.”


Njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose inceku yakhe, kanjalo noMose wayala uJoshuwa; noJoshuwa wenza kanjalo; akashiyanga nakunye kukho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ