Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 16:14 - IsiZulu 2020

14 Kwathi lapho amazolo esehwamukile, bheka kwakusele untwentwesana olucolisakeleyo ehlane, lwaluluncane njengeqhwa emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Esenyukile amazolo akade elele khona, bheka, nakho okuthile okuncane okunjengenkwethu, kuncane njengongqoqwane emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi lapho evuka amazolo alele phansi, bheka, kukhona phezu kogwadule into encane eyindilinga, encane njengongqoqwane emhlabathini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 16:14
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho belambile, wabanika isinkwa esivela ezulwini, waqhumisa isiphethu edwaleni, ukuze baqede ukoma. Wabatshela ukuba bangene ezweni owawubethembise lona ngesifungo, ukuthi uyobanika lona.”


Bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.


Wendlala iqhwa njengoboya, asakaze isithwathwa njengomlotha.


wanisela phezu kwabo imana ukuze badle, wabapha ukudla kwasezulwini.


Indlu yakwa-Israyeli yakubiza lokho ngokuthi yimana, kwakufana nezinhlamvu zekhoriyenda, kumhlophe, kunambitheka njengekhekhebana elinoju.


Wakuthobisa, wakulambisa, wakupha ukuba udle imana obungayazi, nababengayazi ngisho okhokho bakho ukuze akwenze wazi ukuthi umuntu akaphili ngesinkwa sodwa, kodwa ngakho konke okushiwo nguSimakade; yilokho umuntu aphila ngakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ