UEksodusi 15:27 - IsiZulu 202027 Bafika e-Elimu, lapho kwakukhona khona imithombo eyi-12 yamanzi, namasundu angama-70, bakanisa lapho ngasemanzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Bafika e-Elimi, lapho kwakukhona imithombo eyishumi nambili yamanzi namasundu angamashumi ayisikhombisa; bamisa khona ngasemanzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Bafika e-Elimi, lapho kwakukhona imithombo eyishumi nambili nemithi yesundu engamashumi ayisithupha; bamisa khona ngasemanzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngasosebeni lomfula ngapha nangapha, kuyakumila zonke izinhlobo zemithi ethela izithelo, amaqabunga ayo awayukubuna, nezithelo zayo aziyukuphela; iyakuthela zinyanga zonke, ngokuba amanzi asuka endlini engcwele agelezela kuzo; izithelo zayo ziyakuba ngukudla, kuthi amaqabunga ayo abe ngawokuphilisa.”