Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 12:24 - IsiZulu 2020

24 Lesi simiso niyakusigcina sibe yisiko lenu nezizukulwane zenu nanini nanini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Niyakugcina le nto ibe ngumthetho kuwena nakuwo amadodana akho kuze kube phakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kumelwe niyigcine le ndaba ibe yisimiso sakho nakubantwana bakho kuze kube nini nanini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 12:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Lolo lusuku luyakuba lusuku lwesikhumbuzo kini, futhi niyakulugubha lube wumkhosi kaSimakade. Zonke izizukulwane ziyakulugcina lube yisimiso saphakade.


Niyogubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo, ngokuba ngalolo lusuku ngakhipha amaviyo enu eGibhithe. Lolu lusuku niyolugubha lube ngumkhosi omisiweyo phakade izizukulwane ngezizukulwane.


Lapho nifika ezweni uSimakade ayoninika lona njengoba eshilo, niyowugubha lo mkhosi.


Lo mthetho uyakuwugcina ngesikhathi esifaneleyo minyaka yonke.”


Lapho uSimakade eseningenisa ezweni lamaKhanani, lamaHithi, lama-Amori, lamaHivi, nelamaJebusi, afunga ngalo koyihlomkhulu ukulinika nina, izwe elichichima ubisi noju, niyokuyigcina le nkonzo ngale nyanga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ