UEksodusi 12:18 - IsiZulu 202018 Ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14 kusihlwa niyokudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube kusihlwa ngosuku lwama-21. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane ngakusihlwa niyakudla isinkwa esingenamvubelo, kuze kufike usuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga ngakusihlwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa niyakudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube lusuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga kusihlwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |