UEksodusi 11:1 - IsiZulu 20201 USimakade wathi kuMose: “Ngizoletha enye futhi inhlupheko phezu kukaFaro naphezu kweGibhithe; emveni kwalokho uzonivumela ukuba nihambe lapha. Lapho enivumela uzakunixosha nokunixosha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 UJehova wayesethi kuMose: “Ngisezakuletha inhlupheko eyodwa kuFaro nakulo iGibithe; ngasemuva uyakunivumela ukuba nisuke lapha; yebo, nxa eniyeka ukuba nihambe, uzakunixosha nokunixosha lapha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 UJehova wayesethi kuMose: “Ngisezakuletha inhlupheko eyodwa kuFaro nakulo iGibithe; emva kwalokho uyakunenza nisuke lapha; uma eniyeka, uyakunixosha khona ngokuphelele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |