UEksodusi 10:19 - IsiZulu 202019 USimakade wayesewuguqula umoya waba ngumoya onamandla wasentshonalanga, waphephula isikhonyane wasithela oLwandle Lomhlanga, kwangasala nayinye intethe eGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 UJehova wayesewuphendula umoya waba ngowasentshonalanga onamandla amakhulu; wona wasusa isikhonyane, wasilahla eLwandle Olubomvu; akwasala sikhonyane nesisodwa ezweni lonke laseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 INkosi yasiphendukisa umoya wasentshonalanga onamandla amakhulu, owasusa isikhonyane, wasijikijela oLwandle lweSikefe; akwasala sikhonyane nesisodwa kuzo zonke izifunda zaseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |