UEksodusi 10:15 - IsiZulu 202015 Salemboza lonke iGibhithe kwangabonakala ngisho namhlabathi, kwaba mnyama kulo lonke izwe. Sashaya sabhuqa konke okumilileyo ezweni, nazo zonke izithelo ezazishiywe yisichotho ezihlahleni, kwangasala lutho oluluhlaza ezihlahleni, nakokumilileyo emasimini kulona lonke iGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Ngokuba sasibekela ubuso bonke bomhlaba, laze laba mnyama izwe. Sadla imifino yonke nezithelo zonke zemithi ezishiywe yisichotho; akwasala lutho oluluhlaza emithini nasemifinweni yasendle ezweni lonke laseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Ngokuba basibekele umhlaba wonke, kwaba mnyama izwe; zadla zonke izimila zezwe, nazo zonke izithelo zemithi esasala yisichotho, akwasala luhlaza emithini nasezitshalweni zasendle ezweni lonke laseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |