UEksodusi 10:14 - IsiZulu 202014 Isikhonyane salihlasela lonke iGibhithe, sagcwala kulo lonke iGibhithe, sasinzima kakhulu. Sasingakaze sibonwe isikhonyane esinjengalesi ngaphambilini, futhi asikho esiyofana naso nasemveni kwalokhu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Isikhonyane senyukela ezweni lonke laseGibithe, sahlala ezweni lonke laseGibithe, sasinzima kakhulu; ngaphambi kwaso kwakungazange kube khona isikhonyane esingangaso, nangasemva kwaso asisayikuba khona esingangaso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Isikhonyane senyukela ezweni lonke laseGibithe, sahlala ezifundeni zonke zaseGibithe; zazisinda kakhulu; ngaphambi kwazo akuzange kube khona isikhonyane esinjengaso, futhi ngeke kube khona ngemva kwaso. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |