Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 1:9 - IsiZulu 2020

9 Yathi kubantu bayo: “Bhekani, abakwa-Israyeli sebebaningi kakhulu, futhi banamandla kunathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yathi kubantu bayo: “Bhekani, abantu babantwana bakwa-Israyeli baningi, futhi banamandla kunathi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wathi kubantu bakhe: “Bhekani, abantu babantwana bakwa-Israyeli baningi, banamandla kunathi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 1:9
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abhimeleki wathi ku-Isaka: “Hamba, usuke phakathi kwethu, usunamandla amakhulu kunathi.”


UNkulunkulu wathi: “NginguNkulunkulu, uNkulunkulu kayihlo; ungesabi ukwehlela eGibhithe, ngizokwenza ube yisizwe esikhulu lapho.


Ngokuba isiwula sibulawa ngukukhathazeka, nesiduphunga sibhujiswa ngumhawu.


UFaro waqhubeka wathi: “Laba bantu sebebaningi kakhulu kunabantu bakuleli lizwe, nokho nifuna ukuba bayeke ukwenza imisebenzi yabo enzima.”


Udumo lwenkosi lusebuningini babantu ebabusayo, kepha ukuswela abantu kungukubhubha kombusi.


Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Ngase ngibona ukuthi wonke umshikashika, nalo lonke ikhono emsebenzini, kudalwa ngumona. Nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sidukiswa, siyizigqila zezinkanuko nokutamasa okunhlobonhlobo, siphila ebubini, sinomona, sizondwa futhi sizondana.


Nicabanga ukuthi kuyize yini lokhu okushiwo wumbhalo, othi: “Umoya awubeka kithi uwunxanela ngomhawu” na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ