UDuteronomi 7:8 - IsiZulu 20208 Kepha kwaba ngenxa yokuba uSimakade enithanda, nangokuba wayegcina isifungo ayesenze nokhokho benu. USimakade unikhiphe ngesandla esinamandla, wanihlenga endlini yobugqila nasesandleni sikaFaro, inkosi yaseGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 kepha ngokuba uJehova enithanda nangokuba ebeyakugcina isifungo asifungela oyihlo uJehova unikhiphile ngesandla esinamandla, wanihlenga endlini yezigqila esandleni sikaFaro inkosi yaseGibithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Kodwa ngenxa yokuthi iN kosi yalithanda, langoba igcine isifungo eyasifunga koyihlo, i Nkosi yalikhupha ngesandla esilamandla, yalikhulula endlini yobugqili, esandleni sikaFaro, inkosi yeGibhithe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Makabongwe uSimakade uNkulunkulu wakho okwaba kuhle kuye ukuba akubeke esihlalweni sakhe sobukhosi, ube yinkosi kuSimakade uNkulunkulu wakho. Ngokuba uNkulunkulu wakho uyamthanda u-Israyeli futhi uyathanda ukummisa kuze kube phakade, yingakho ekubeke waba yinkosi phezu kwakhe, ukuba wenze ubulungiswa nokulunga.”