UDuteronomi 7:12 - IsiZulu 202012 “Kuyothi uma nilalela lezi zehlulelo, nizigcina, nizenza, uSimakade uNkulunkulu wakho uyakusigcina isivumelwano asenza nawe nomusa afunga ngawo kokhokho bakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “Kuyakuthi ngokuba nilalela lezi zahlulelo, nizigcine, nizenze, uJehova uNkulunkulu wakho uyakugcina isivumelwano nawe nomusa awufungela oyihlo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 “Kuyakuthi, uma ulalela lezi zimiso, uzigcine, uzenze, uJehova uNkulunkulu wakho uyakukugcinela isivumelwano nomusa akuthembisa oyihlo ngesifungo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngakho-ke, Nkulunkulu wethu, Nkulunkulu omkhulu, onamandla nowesabekayo, uhlale usigcina njalo isivumelwano sakho somusa. Yonke le nkathazo esehlelayo mayingabi ncane ebusweni bakho, thina namakhosi ethu, nezikhulu zakithi, nabaphristi bakithi, nabaphrofethi, nawokhokho, nabo bonke abantu bakho, kusukela ezinsukwini zamakhosi ama-Asiriya kuze kube namuhla.