Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 4:49 - IsiZulu 2020

49 nalo lonke i-Araba, phesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube solwandle i-Araba phansi kwemithambeka iPhisiga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 nalo lonke i-Araba ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube seLwandle lwase-Araba phansi kwemithambeka yasePisiga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

49 nethafa lonke ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga kuze kufike olwandle lwaseThafeni phansi kwemithombo yasePisga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 4:49
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi kimi: “Lawa manzi agelezela esifundeni empumalanga, ehlele e-Araba, aye olwandle, angene khona; lawa manzi aphophozayo aya olwandle, ukuze amanzi alo abe masha.


i-Araba, neJordani kwaba ngumngcele kusukela eKhinerethi kuze kube solwandle i-Araba, kuya oLwandle Lukasawoti, phansi kwemithambeka iPhisiga, ngasempumalanga.


UMose wakhuphuka emathafeni kwaMowabi, wenyukela entabeni iNebho, esicongweni iPhisiga esiqondene neJerikho. USimakade wamkhombisa lonke izwe lakwaGileyadi kuze kufike kwaDani,


kusukela e-Aroweri eliseceleni kwesigodi i-Arinoni kuya entabeni iSiyoni, okuyiHermoni,


UMose wayesebiza wonke u-Israyeli, wathi kuye: “Yizwa, Israyeli, izimiso nezehlulelo engizisho ezindlebeni zakho namuhla ukuba uzifunde bese uqikelela ukuzenza.


iBhethi Pheyori, imithambeka iPhisiga, neBhethi Jeshimothi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ