UDuteronomi 4:28 - IsiZulu 202028 Lapho niyokhonza onkulunkulu abayimisebenzi yezandla zabantu, onkulunkulu bemithi namatshe, abangaboni, abangezwa, abangadli nabangahogeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE28 Lapho niyakukhonza onkulunkulu, umsebenzi wezandla zabantu, imithi namatshe, abangaboni, abangezwa, abangahogeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202428 Kumelwe nikhonze lapho onkulunkulu, umsebenzi wezandla zomuntu, imithi namatshe, abangaboni, abangezwa, abangadli, abangahogi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’