UDuteronomi 31:27 - IsiZulu 202027 Mina ngiyakwazi ukuhlubuka kwakho nokuba nguntamo lukhuni kwakho. Bheka nje, ngisekhona nani namuhla seniyamhlubuka uSimakade; pho kuyoba kukhulu kangakanani sengifile, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Ngokuba mina ngiyakwazi ukwambuka kwakho nentamo yakho elukhuni; bheka, ngisekhona nani namuhla niyahlubuka uJehova; kuyakuba kakhulu kangakanani emva kokufa kwami na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Ngokuba ngiyabazi ubulukhuni bakho nentamo yakho elukhuni; bhekani, ngisekhona nani namuhla nihlubukile kuJehova; Kakhulu kangakanani emva kokufa kwami? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |