Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 31:24 - IsiZulu 2020

24 Kwathi lapho uMose eseqedile ukuloba wonke amazwi alo mthetho encwadini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kwathi lapho uMose eseqedile ukuloba amazwi alo mthetho encwadini aze aphela,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kwathi uMose eseqedile ukubhala amazwi alo mthetho encwadini aze aphela,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 31:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHilikiya, umphristi omkhulu, wathi kuShafani, umbhali: “Bheka, ngithole incwadi yomthetho endlini kaSimakade.” UHilikiya wayinika uShafani leyo ncwadi, ukuba ayifunde.


“Kuyothi lapho ehlala esihlalweni sakhe sobukhosi, azilobele ifuzela lalo mthetho, ethathisela emqulwini okubaphristi abangabaLevi.


Wamgunyaza uJoshuwa, indodana kaNuni, wathi: “Qina, ume isibindi, ngokuba nguwe ozongenisa abantu bakwa-Israyeli ezweni engafunga ngalo kubo; Mina ngizokuba nawe.”


uMose wayeseyala abaLevi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaSimakade, wathi:


UMose waloba lo mthetho, wawunika abaphristi, amadodana kaLevi ayethwala umphongolo wesivumelwano sikaSimakade, nawo wonke amalunga akwa-Israyeli.


Le ncwadi yomthetho ayiyukusuka emlonyeni wakho; uyakuzindla ngayo imini nobusuku, ukuze uqikelele ukwenza njengakho konke okulotshwe kuyo. Ngokwenzenjalo uyokwenza indlela yakho ichume, ube nenqubekelaphambili.


UJoshuwa wawaloba lawa mazwi encwadini yomthetho kaNkulunkulu, wathatha itshe elikhulu, walimisa lapho phansi komu-okhi, endaweni engcwele kaSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ