Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 28:56 - IsiZulu 2020

56 Owesifazane ontekenteke, ozwelayo phakathi kwenu, othambe ngendlela yokuthi akakaze azame ngisho ukubeka amathe onyawo lwakhe emhlabathini, ngenxa yokuthamba nokutetema, uyakuyikluluza indoda yakhe ayithandayo, nendodana yakhe, nendodakazi yakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Owesifazane othambileyo notetemayo phakathi kwenu obengenasibindi sokubeka amathe onyawo lwakhe emhlabathini ngenxa yokutetema nokuthambeka, iso lakhe liyakuba libi endodeni esesifubeni sakhe, nasendodaneni yakhe, nasendodakazini yakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

56 Owesifazane othambileyo nothambileyo phakathi kwenu ongenakuba nesibindi sokubeka amathe onyawo lwakhe emhlabathini ngenxa yokuthamba nokuthambile, iso lakhe liyakuba libi kumuntu wesifuba sakhe, nasendodaneni yakhe nasendodakazini yakhe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 28:56
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USimakade wathi: “Ngenxa yokuziphakamisa kwamadodakazi aseZiyoni, ahamba elule izintamo, ecwayizisa amehlo, eshayela phezulu, ekhencezisa amadavathi ezinyawo zawo;


“Yehla, uhlale othulini, ntombi eyindodakazi yaseBhabhele. Hlala phansi emhlabathini ngaphandle kwesihlalo sobukhosi, ndodakazi yamaKhaledi! Ngokuba awusayukuphinde ubizwe ngothambileyo nontengantengayo.


Indodakazi uZiyoni ngiyifanisa nedlelo elihle.


Ngesikhathi sokuvinjezelwa nokuchithwa kwabantu bami, izandla zabesifazane ababekade benozwelo, zapheka izingane zabo, zaba ngukudla.


Kanti naphuma ukuyobonani na? Umuntu owembethe ezinofonofo na? Phela abembethe ezinofonofo basezindlini zamakhosi.


Umuntu onokulunga phakathi kwenu, iso lakhe liyakuba libi kumfowabo, kumkakhe amthandayo, nakuyo insali yabantwana bakhe.


Akayukunika namunye inyama yabantwana bakhe ayobe eyidla, ngokuba kungekho naye okumsalele ekuvinjezelweni nasekuxinekeni eziyakukuxina ngakho izitha zakho kuwo wonke amasango akho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ