Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 27:6 - IsiZulu 2020

6 Uyokwakha i-althare likaSimakade uNkulunkulu wakho ngamatshe apheleleyo, unikele kulo ngeminikelo yokushiswa kuSimakade uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakwakha i-altare likaJehova uNkulunkulu wakho ngamatshe apheleleyo, unikele kulo ngeminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe wakhe i-altare likaJehova uNkulunkulu wakho ngamatshe aphelele, unikele phezu kwalo iminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 27:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indlu, isakhiwa, yakhiwa ngamatshe alungiswa enkwalini; akuzwakalanga sando, zembe, piki, nanto yensimbi, isakhiwa.


Uma ningakhela i-althare lamatshe, aniyukulakha ngamatshe abaziweyo, ngokuba nilingcolisile ngamashizolo eniwasebenzise kulo.


nihambe othandweni, njengoba uKhristu wasithanda, wazinikela ngenxa yethu, ukuba abe ngumnikelo; umhlatshelo, nephunga elimnandi kuNkulunkulu.


Uyomakhela lapho uSimakade uNkulunkulu wakho i-althare, i-althare lamatshe, awuyukuwabaza ngento eyinsimbi.


Uyonikela iminikelo yokuthula, uyidlele khona lapho, wename phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ