UDuteronomi 25:3 - IsiZulu 20203 Angamshaya imivimbo engama-40, angedluli lapho, funa imivimbo ashaywe yona ibe miningi kakhulu, bese umfowenu uyahlazeka emehlweni akho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Angamshaya imivimbo engamashumi amane, angadluli, funa uma ebeyakudlula, amshaye imivimbo eminingi phezu kwaleyo, kuze kuthi umfowenu ahlazwe emehlweni akho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Angamshaya imivimbo engamashumi amane, kungabi ngaphezu kwalokho; ukuthi, uma engasamehluli, amshaye imivimbo eminingi ngaphezu kwalezi zivimbo, umfowenu abe mnene kuwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |