UDuteronomi 24:14 - IsiZulu 202014 “Awuyukuyicindezela inceku eqashiweyo, empofu nentulayo, noma ngabe ingumfowenu noma ingumfokazi osezweni lakini emzini wakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “Awuyikucindezela inceku eqashiweyo empofu neswelayo, noma ingowabafowenu noma ingowabafokazi abasezweni lakini phakathi kwamasango akho; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ungacindezeli isisebenzi sosuku esimpofu nesiswelayo, kungakhathaliseki ukuthi sivela kubafowenu noma sivela kubafokazi abasezweni lakini phakathi kwamasango akho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |