Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 23:2 - IsiZulu 2020

2 “Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaSimakade, yebo, ngisho isizukulwane sakhe asiyukungena ebandleni likaSimakade kuze kube sesizukulwaneni seshumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaJehova, yebo, ongowakhe akayikungena ebandleni likaJehova kuze kube nasesizukulwaneni seshumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Makungangeni mfekethi ebandleni likaJehova; angangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 23:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indodana yowezizwe ezihlanganise noSimakade mayingathi: “Impela uSimakade uyakungehlukanisa nabantu bakhe,” nomthenwa angathi: “Bheka, ngingumuthi owomileyo.”


“Sondelani nina madodana abahlola imihlola, nina nzalo yesiphingi neyesifebe.


onesifumbu, oyisichwe, onomlanga esweni lakhe, onesithembuzane, onomuna, noma okhubazeke emasendeni.


E-Ashidodi kuyakuhlala izinhlanga ezahlukeneyo. Ngiyakukuqeda nya ukuzigqaja kwamaFilisti.


Nina nenza imisebenzi kayihlo.” Bathi kuye: “Thina asisibo abantwana bokuphingwa; sinoBaba munye, uNkulunkulu.”


“Olimele emasendeni noma onqunywe umphambili akanakungena ebandleni likaSimakade.


“Owakwa-Amoni nowakwaMowabi abayukungena ebandleni likaSimakade, yebo, akukho namunye kubo oyakungena ebandleni likaSimakade kuze kube sesizukulwaneni seshumi, kuze kube phakade.


Kepha uma nina ningayalwa, njengalokhu kwenziwa kanjalo kubo bonke, khona-ke ningamavezandlebe, anisiwo amadodana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ