UDuteronomi 23:19 - IsiZulu 202019 “Awuyukumtsheleka umfowenu bese ufuna inzalo yalokho, kungaba yinzalo yemali, inzalo yokudla, neyanoma yini umuntu ayikhokhela inzalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 “Awuyikutsheleka umfowenu ngenzalo, inzalo yemali, nenzalo yokudla, nenzalo yento etshelekwa ngenzalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Ungeze umboleke umfowenu ngenzalo; obolekwa ngemali, obolekwa ngokudla, noma obolekwayo nganoma yini ebolekwa ngenzuzo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Njengoba kuyakuba njalo kubantu, kuyakuba njalo nakubaphristi; njengoba kuyakuba njalo nasesigqileni, kuyakuba njalo nakumniniso; njengoba kunjalo encekukazini, kuyakuba njalo nasenkosikazini; njengoba kunjalo kumthengi, kuyakuba njalo nakumthengisi; njengoba kunjalo kobolekisayo, kuyakuba njalo nakobolekayo; njengoba kunjalo kokweletisayo, kuyakuba njalo nakokweletayo.