Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 22:6 - IsiZulu 2020

6 “Uma uzithela esidlekeni senyoni endleleni, siphambi kwakho emithini noma siphansi, sinamaphuphu noma amaqanda, unina efukamele amaphuphu noma amaqanda, awuyukumthatha unina namaphuphu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Uma uhlangana nesidleke senyoni endleleni phambi kwakho emthini noma siphansi, sinamazinyane noma sinamaqanda, unina efukamele amazinyane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namazinyane,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uma isidleke senyoni sisendleleni yakho kunoma yisiphi isihlahla noma phansi, noma sisemusha noma amaqanda, unina ehlezi phezu kwamaphuphu noma phezu kwamaqanda, awuyikuthatha nonina, hhayi neqembu elincane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 22:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakunxusa, ngihlenge esandleni somnewethu u-Esawu, ngokuba ngiyamesaba, hleze afike angihlasele mina, nabafazi bami, nezingane zami.


Khipha konke okuphilayo okunawe, izinyoni, zonke izilwane, nezilwane ezihuquzelayo, ukuze zizalane zande emhlabeni.”


Olungileyo uyayinakekela impilo yesilwane sakhe, kepha isihe sezikhohlakali siwulunya.


Kuyakuqubuka ukuxokozela phakathi kwabantu bakho, zibe yincithakalo zonke izinqaba zakho, njengencithakalo eyenziwa uShalimani, eBhethi Aribheli ngosuku lwempi, kuphihlizwa unina nezingane.


Aniyukuyinquma inkabi noma imvu nezinyane layo ngalusuku lunye.


Akuthengiswa yini imizwilili emihlanu ngezindibilishi ezimbili na? Nokho akukho namunye awukhohlwayo uNkulunkulu.


“Owesifazane akanakugqoka izinto zabesilisa, nowesilisa makangayigqoki ingubo yowesifazane, ngokuba yilowo nalowo owenza lokho uyisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ