Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 21:15 - IsiZulu 2020

15 “Uma indoda inabafazi ababili, omunye eyintandokazi, omunye eyisaliwakazi, bayizalele amadodana, bese kuthi indodana eyizibulo ibe ngeyalowo oyisaliwakazi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Uma umuntu enabafazi ababili, omunye ethandeka omunye aliwa, bamzalele abantwana, othandekayo nowaliwayo, bese kuthi indodana eyizibulo ingeyowaliwayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uma indoda inabafazi ababili, omunye ethandwa, omunye ezondwa, bayizalele abantwana, othandekayo nozondwayo; uma izibulo kuyileyo ezondwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 21:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wamthanda uRaheli, wayesethi kuLabani: “Ngizokukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”


UJakobe wasebenza iminyaka eyisikhombisa ukuze aganwe nguRaheli, kodwa ngenxa yothando ayemthanda ngalo uRaheli kwaba sengathi iyizinsuku ezimbalwa.


Wakhulelwa, wathola enye indodana, wayiqamba igama wathi nguSimeyoni, ngokuba wathi: “Kungoba uSimakade uzwile ukuthi ngiyisaliwakazi, wayesengipha nalena futhi indodana.”


URehobhowamu wabeka u-Abhiya, indodana kaMahakha, waba yinhloko nombusi phakathi kwabafowabo, kwazise wayehlose ukumbeka abe yinkosi.


kuyothi mhla ehlukanisela amadodana akhe ifa analo, ngeke akwazi ukwenza indodana yentandokazi ibe yizibulo phezu kwendodana yesaliwakazi, okuyiyona eyizibulo.


Wayeganwe ngabafazi ababili, omunye kunguHana omunye kunguPhenina. UPhenina wayenabantwana, kodwa uHana wayengenabantwana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ