UDuteronomi 20:19 - IsiZulu 202019 “Uma uvimbezela umuzi isikhathi eside ulwa nawo ukuze uwudle, awuyukuzicekela phansi izihlahla ngokuzigawula ngezembe, ngokuba uyakudla kuzo; ungazigawuli, ngokuba isihlahla sasendle singumuntu yini ukuba ungaze usihlasele, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 “Nxa uvimbezela umuzi isikhathi eside ngokulwa nawo ukuba uwuthathe, awuyikuyichitha imithi ngokuyigalela ngezembe, ngokuba ungadla kuyo; ungayigawuli, ngokuba umuthi wasendle ungumuntu yini ukuba uvinjezelwe nguwe na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Lapho uvimbezela umuzi isikhathi eside ngokulwa nawo ukuze uwuthathe, akumelwe nichithe imithi yawo ngokuyigalela ngezembe; ngoba ungadla kuzo, ungazigawuli. Umuthi wasendle ungukuphila komuntu) ukuzisebenzisa ekuvinjezelweni; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |