UDuteronomi 19:19 - IsiZulu 202019 uyokwenza kuye lokho abehlose ukukwenza kumuntu wezwe lakubo; uyobususa kanjalo ububi phakathi kwenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 niyakwenza kuye njengalokho ebecabange ukwenza kumfowabo; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202419 Khona-ke kumelwe wenze kuye njengoba nje ebecabanga ukwenza kumfowabo; ngakho kufanele ususe ububi phakathi kwakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lowo mphrofethi noma lowo mphuphi wamaphupho uyobulawa, ngokuba ukhulume okunihlubukisa kuSimakade uNkulunkulu wenu owanikhipha eGibhithe. Ngokuba nahlengwa endlini yobugqila, ukuba ningaphambukiswa endleleni uSimakade uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nihambe ngayo. Niyobususa lobo bubi phakathi kwenu.