UDuteronomi 18:8 - IsiZulu 20208 Uyodla isabelo esilingana nesabanye, ngisho noma ebethole okuthile ngokuthengisa ngefa likayise.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ayakuphiwa izabelo ezilingeneyo ngaphandle kwalokho okuvela ngokuthengisa ngefa likayise. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Bayoba nezabelo ezifanayo ukuze badle, ngaphandle kwalokho okuvela ekuthengisweni kwefa lakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,