UDuteronomi 13:15 - IsiZulu 202015 uyozibulala ngenkemba izakhamuzi zalowo muzi, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nemfuyo yawo, ukubhubhise ngenkemba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE15 woshaya nokushaya abantu balowo muzi ngosiko lwenkemba, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nezinkomo zawo, ngosiko lwenkemba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202415 Kumelwe ubulale abakhileyo kulowo muzi ngosiko lwenkemba, uwushaye ngesiqalekiso, nakho konke okukuwo, nemfuyo yawo, ngosiko lwenkemba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Lowo mphrofethi noma lowo mphuphi wamaphupho uyobulawa, ngokuba ukhulume okunihlubukisa kuSimakade uNkulunkulu wenu owanikhipha eGibhithe. Ngokuba nahlengwa endlini yobugqila, ukuba ningaphambukiswa endleleni uSimakade uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nihambe ngayo. Niyobususa lobo bubi phakathi kwenu.