UDuteronomi 12:30 - IsiZulu 202030 emveni kokuba sezibhujisiwe, qaphela ukuba zingabi wugibe kuwe, ngokuba ubuze ngonkulunkulu bazo, uthi: ‘Lezi zizwe bezibakhonza kanjani onkulunkulu bazo, ukuze nami ngenze kanjalo na?’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 xwaya ukuba ungacushwa ukuzilandela sezichithiwe phambi kwakho, ungabuzi ngawonkulunkulu bazo, uthi: ‘Lezi zizwe zikhonza kanjani onkulunkulu bazo na? Nami ngiyakwenza kanjalo.’ အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 Qaphela ukuthi ungacutshwa ngokuzilandela ngemva kokuba sezichithiwe phambi kwakho; futhi ungabuzi konkulunkulu bazo, uthi: Lezi zizwe zabakhonza kanjani onkulunkulu bazo? Nami ngizokwenza okufanayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.