Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 12:27 - IsiZulu 2020

27 Niyonikela ngeminikelo yenu yokushiswa, inyama negazi e-althare likaSimakade uNkulunkulu wenu, igazi lemihlatshelo yenu lithelwe phezu kwe-althare likaSimakade uNkulunkulu wenu, nina nidle inyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 unikele ngeminikelo yakho yokushiswa, inyama negazi, e-altare likaJehova uNkulunkulu wakho, igazi lemihlatshelo yakho lithululwe phezu kwe-altare likaJehova uNkulunkulu wakho, wena uyidle inyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kumelwe ulungise iminikelo yakho yokushiswa, inyama negazi e-altare likaJehova uNkulunkulu wakho; igazi lemihlatshelo yakho kumelwe lithululwe e-altare likaJehova uNkulunkulu wakho, futhi kumelwe uyidle inyama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 12:27
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Usho kanje uSimakade Wamabandla uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: thasiselani iminikelo yenu yokushiswa emihlatshelweni yenu, nidle inyama.


kodwa ezangaphakathi namanqina kuyakugezwa ngamanzi. Umphristi akunikele konke, akushise kube nentuthu e-althare, kube ngumnikelo wokushiswa, ngumnikelo womlilo, kube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Iduna liyohlatshwa phambi kukaSimakade; amadodana ka-Aroni angabaphristi alethe igazi, alifafaze nxazonke ze-althare elingasekungeneni kwethende lokuhlangana.


ezangaphakathi namanqina ayokugeza ngamanzi, umphristi bese ekushisa konke kube ngumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Ngokuba ukuphila komzimba kusegazini; ngininike lona ukwenzela imiphefumulo yenu ukubuyisana e-althare, yigazi elenza ukubuyisana.


“ ‘Uma umnikelo ungumhlatshelo wokuthula, ophuma emhlanjini, noma yiduna noma yinsikazi, uyonikela ngokungenasici phambi kukaSimakade.


Umphristi uyothatha igazi layo ngomunwe wakhe alibhece ezimpondweni ze-althare lomnikelo wokushiswa, kuthi lonke igazi layo alithululele ngasesinqeni se-althare.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ