Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDuteronomi 11:6 - IsiZulu 2020

6 nalokho akwenza kuDathani naku-Abhiramu, amadodana ka-Eliyabe kaRubeni, lapho umhlaba uvula umlomo wawo ubagwinya nabendlu yabo, amathende abo, nayo yonke imfuyo yabo eyayiphakathi kwabo bonke abakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 nowakwenzayo kuDathani naku-Abiramu amadodana ka-Eliyabe kaRubeni ukuthi umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya nabendlu yabo, namatende abo, nayo yonke imfuyo eyabalandelayo phakathi kwabo bonke abakwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 nalokho akwenza kuDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, indodana kaRubeni, ukuthi umhlaba wawuvula umlomo wawo, wabagwinya, bona nezindlu zabo, namatende abo, nempahla yonke ababeyifa. Wonke u-Israyeli:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDuteronomi 11:6
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Baba nomona ngoMose ekamu, nango-Aroni ongcwele kaSimakade.


Umhlaba wavuleka, wamgwinya uDathani, wagqiba iviyo lika-Abhiramu.


Umhlaba uyophihlizwa, ube yimvithi, uqhekezeke, umhlaba uyakuzanyazanyiswa kanzima.


“Ubaba wafela ehlane, wayengekho phakathi kweviyo labavukela uSimakade, iviyo likaKhora. Kepha wafela esakhe isono engenandodana.


Lokho akwenza kini ehlane naze nafika kule ndawo,


Ngokuba amehlo enu ayibonile yonke imisebenzi kaSimakade emikhulu ayenzileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ