UDaniyeli 4:26 - IsiZulu 202026 Njengalokho bayaleza ukuba kushiywe isiqu sezimpande zesihlahla, umbuso wakho uyakuqina kuwe, lapho usufundile ukuthi izulu liyabusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Njengalokho bayaleza ukuba kushiywe isiqu sezimpande zomuthi, umbuso wakho uyakuqina kuwe, lapho usufundile ukuthi izulu liyabusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202426 Futhi ngenxa yokuthi balaya ukuthi isiphunzi sezimpande zomuthi simiswe; umbuso wakho uyakuqiniswa kuwe, lapho usukwazi ukuthi izulu liyabusa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Njengalokho inkosi yabona umlindi ongcwele ehla evela ezulwini, ethi: ‘Gawula isihlahla, usibhubhise, kodwa ushiye isiqu sezimpande zaso emhlabathini, sinesibopho sensimbi nesethusi otshanini basendle, simanziswe ngamazolo ezulu; isabelo saso sinesezilwane zasendle, kuze kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwaso.’