UDaniyeli 3:27 - IsiZulu 202027 Izikhulu, ababusi, izinduna, nabomkhandlu wenkosi babuthana, babona lawa madoda ukuthi umlilo awubanga namandla emizimbeni yawo, akuhangukanga nolulodwa unwele emakhanda awo, namayembe awo awaguqukanga, ngisho nephunga lomlilo alisondelanga kuwo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Izikhulu, nababusi, nezinduna, nabomkhandlu wenkosi babuthana, babona lawo madoda ukuthi umlilo awubanga namandla emizimbeni yawo, kungahamukanga lunwele olulodwa emakhanda awo, engaguqukanga amayembe awo, lingasondelanga kuwo nephunga lomlilo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Izikhulu, nababusi, nezinduna, nabeluleki benkosi ababebuthene bawabona lawa madoda, umlilo wawungenamandla emizimbeni yawo, nonwele lwamakhanda awo aluzange lushunqe, nezingubo zawo aziguqukanga, futhi iphunga lomlilo lidlule phezu kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bonke omengameli bombuso, ababusi, izikhulu, abomkhandlu, nezinduna babonisene ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo kunoma yimuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingama-30, ngaphandle kwakho nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.