UDaniyeli 2:6 - IsiZulu 20206 Kepha uma ningazisa iphupho, nilichaza, niyakwamukela kimi izipho, imivuzo nodumo olukhulu, ngakho-ke ngitsheleni iphupho nencazelo yalo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Kepha uma nibonisa iphupho nencazo yalo, niyakwamukela kimi izipho nemivuzo nodumo olukhulu; ngalokho ngiboniseni iphupho nencazo yalo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Kepha uma nembula iphupho nencazo yalo, niyakwamukela izipho nemivuzo nodumo olukhulu kimi; ngalokho mangazise iphupho nencazo yalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”