Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 2:31 - IsiZulu 2020

31 “Wena nkosi wabona, bheka, naso isithombe esikhulu. Lesi sithombe esasisikhulu nesikucwebezela kwaso kwakukuhle, sema phambi kwakho, nesimo saso sasesabeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 “Wena nkosi wabona, bheka, isithombe esikhulu. Lesi sithombe esasisikhulu nesikucwebezela kwaso kwakukuhle sema phambi kwakho, nesimo saso sasesabeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Wena, nkosi, wabona, futhi bheka, kwakukhona isithombe esikhulu. Lesi sithombe esikhulu, ukubengezela kwaso kwakukuhle, sasimi phambi kwakho; nokuma kwayo kwakukubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 2:31
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umhlaba ngiyokuwujezisela iziphambeko zawo, nezikhohlakali, izono zazo, ngiyoqeda ukuzidla kwabaphakameyo, ngikuqede ukwedelela kwabacindezeli.


ngiyakuthumela kuwe abafokazi bezizwe abanonya; bayakubuhoshela izinkemba ubuhle bokuhlakanipha kwakho, bakungcolise ukukhazimula kwakho.


“Yilelo iphupho; nencazelo siyakuyisho phambi kwenkosi.


Wena nkosi uyinkosi yamakhosi onikwe umbuso, namandla, nodumo nguNkulunkulu wasezulwini.


UNebukhadinezari, inkosi, wenza isithombe segolide, ubude baso bungamakhubhithi angama-60, ububanzi baso bungamakhubhithi ayisithupha; wasimisa ethafeni eDura esifundeni eBhabhele.


Ngaso leso sikhathi wabuyela kimi umqondo wami, nobukhosi bami, nobuhle bami babuyela kimi, kwaba ludumo lombuso wami; abomkhandlu wami nezinduna zami bangifuna; ngase ngibekwa embusweni wami, kwenezelelwa ubukhulu obedluleleyo kimi.


Siyethusa, siyesabeka; kuphuma kuso ukwehlulela kwaso nesithunzi saso. ukuthi yini elungileyo.


USathane wabuye wamyisa entabeni ende kakhulu, wamkhombisa imibuso yonke yomhlaba nenkazimulo yayo;


USathane wamenyusela entabeni ende, wambonisa yonke imibuso yomhlaba ngomzuzwana nje.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ