Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 1:10 - IsiZulu 2020

10 Induna yabathenwa yathi kuDaniyeli: “Mina ngiyesaba ukuthi inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nokuphuza kwenu, iyakubona ubuso benu ukuthi buxhozekile kunobabafana abangontanga yenu, bese nibeka impilo yami engcupheni enkosini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Induna yabathenwa yathi kuDaniyeli: “Mina ngiyesaba ukuthi inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nokuphuza kwenu, iyakubona ubuso benu ukuba buxhozekile kunabafana abayintanga yenu, nilifake engozini ikhanda lami enkosini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Induna yabalindi yathi kuDaniyeli: “Ngiyayesaba inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nesiphuzo senu; khona-ke kumelwe ubeke ikhanda lami engozini ngenxa yenkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 1:10
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukwesaba abantu ngukuzibekela ugibe, kepha owethemba uSimakade uyalondeka.


Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa eyayibekwe phezu koDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya:


UNkulunkulu wenza ukuba uDaniyeli athole umusa nobumnene emehlweni enduna yabathenwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ