IsiHlabelelo seziHlabelelo 4:9 - IsiZulu 20209 Ungephuce inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami. Ungephuce inhliziyo yami ngokungibuka kanye nje ngeso lakho, nangomucu owodwa nje womgexo wentamo yakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ungaphucile inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami; ungaphucile inhliziyo yami ngelinye lamehlo akho, ngomgexo munye wentamo yakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Uyikhazimulisile inhliziyo yami, dadewethu, makoti wami; uyikhazimulisile inhliziyo yami ngelinye lamehlo akho, nangeketanga elilodwa lentamo yakho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Inkosi yamemeza kakhulu ukuba kulethwe abathwebulayo, amaKhaledi, nabahlola imihlola. Yayisikhuluma inkosi, yathi kwabahlakaniphileyo baseBhabhele: “Noma ngubani ongafunda lo mbhalo, angitshele incazelo yawo uyakwembathiswa okubukhwebezane, afakwe nomgexo wegolide entanyeni yakhe, abuse engowesithathu embusweni.”