NgokukaMarku 6:20 - IsiZulu 202020 UHerode wayemesaba uJohane, emazi ukuthi uyindoda elungileyo, engcwele, futhi wayemvikela. Lapho uHerode emlalela uJohane wayesala ekhathazekile kakhulu, nokho wayethanda ukumlalela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 ngokuba uHerode wayemesaba uJohane emazi ukuthi uyindoda elungileyo engcwele, wamlonda; nalapho emuzwa, wayesambatheka kaningi, nokho kwabamnandi kuye ukumuzwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible20 Ngokuba uHerode wayemesaba uJohane emazi ukuthi uyindoda elungileyo engcwele, wamgcina; kwathi emuzwa, wenza izinto eziningi, wamuzwa ngokuthokoza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202420 Ngokuba uHerode wayemesaba uJohane emazi ukuthi uyindoda elungileyo engcwele, wamgcina; kwathi emuzwa, wenza izinto eziningi, wamuzwa ngokuthokoza. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |