Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 5:16 - IsiZulu 2020

16 Labo ababezibonele ngawabo, babalandisa ukuthi kwenzekeni kulowo muntu owayenamadimoni, nokwenzeka ezingulubeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ababekubonile babatshela ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni, nangezingulube.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lababekubonile babalandisa ukuthi kwenzeke kanjani kowayekhwelwe ngamademoni nangezingulube.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 5:16
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa.


Ngesikhathi ziphuma, kwalethwa kuye umuntu oyisimungulu enamadimoni.


Bafika kuJesu, bambona obenamadimoni ehlezi embethe, futhi esesangulukile engqondweni, lowo owayenoLegiyona; base besaba.


Kuthe lapho uJesu engena esikebheni, lowo owayenamadimoni, wamncenga ukuba ahambe naye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ