Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 2:15 - IsiZulu 2020

15 Kuthe uJesu ehlezi edla endlini kaLevi, kwangena abathelisi abaningi nezoni, bahlala etafuleni noJesu nabafundi bakhe, ngokuba babebaningi bemlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi ehlezi ekudleni endlini yakhe, abathelisi abaningi nezoni bahlala noJesu nabafundi bakhe; ngokuba babe baningi, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi ehlezi ekudleni endlini yakhe, nabathelisi abaningi nezoni babehlezi noJesu nabafundi bakhe, ngokuba babebaningi, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi ehlezi ekudleni endlini yakhe, nabathelisi abaningi nezoni babehlezi noJesu nabafundi bakhe, ngokuba babebaningi, bamlandela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 2:15
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi yini kanjalo nabathelisi na?


Kwathi edlula, wabona uLevi ka-Alifewu ehlezi endaweni yokuthela, wathi kuye: “Ngilandele.” Wathi lacu, wamlandela.


Izazimthetho ezingabaFarisi, zibona ukuthi uJesu udla nezoni nabathelisi, zathi kubafundi bakhe: “Kungani ukuba adle nabathelisi nezoni na?”


Kwase kusondela kuye abathelisi nezoni ukuba bamlalele.


Wayesehla nabo, wema endaweni eyithafa nesixuku esikhulu sabafundi bakhe, noquqaba lwabantu ababevela kulo lonke iJudiya, eJerusalema, nangasolwandle iThire neSidoni,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ