Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 14:23 - IsiZulu 2020

23 Wayesethabatha indebe, wabonga, wabanika, baphuza kuso bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesethabatha isitsha, wabonga, wabanika; baphuza kuso bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Waseyithatha inkezo, wabonga, wabanika, baphuza kuyo bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Waseyithatha inkezo, wabonga, wabanika, baphuza kuyo bonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 14:23
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethatha indebe, wabonga, wabanika, wathi: “Phuzani kuyo, nina nonke;


Kuthe besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wanika abafundi bakhe, wathi: “Thathani lokhu: kungumzimba wami.”


Wathi kubo: “Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi.


Wathabatha indebe, wabonga wathi: “Thabathani lokhu, nabelane;


Ohlonipha usuku uluhloniphela iNkosi, nodlayo udlela iNkosi, ngokuba ubonga uNkulunkulu, nongadliyo, akadli ngenxa yeNkosi, naye ubonga uNkulunkulu.


Indebe yesibusiso esiyibusisayo, ayisiyo yini inhlanganyelo yegazi likaKhristu na? Isinkwa esisihlephulayo asiyiyo yini inhlanganyelo yomzimba kaKhristu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ