Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 14:20 - IsiZulu 2020

20 Wathi kubo: “Ngomunye wabali-12, okha kanye nami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wathi kubo: “Ngomunye wabayishumi nambili, okha kanye nami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Wasephendula wathi kubo: Ngomunye wabalitshumi lambili, ocwilisa lami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wasephendula wathi kubo: Ngomunye wabalitshumi lambili, ocwilisa lami esitsheni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 14:20
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ivila liyasifihla isandla salo esitsheni; alisibuyiseli nasemlonyeni walo.


Kepha waphendula, wathi: “Lowo ofake isandla kanye nami esitsheni, nguye ozakungikhaphela.


Kwathi esakhuluma; kwafika uJuda, omunye wabali-12, ehamba nesixuku sabantu esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubaphristi abakhulu namalunga esizwe.


Baqala ukuba nosizi, bathi kuye ngamunye: “Kungaba yimi na?”


INdodana yomuntu izakuhamba njengalokhu kulotshiwe ngayo, kodwa maye, kulowo muntu iNdodana yomuntu eyakukhashelwa ngaye! Kuyakuba ngcono kulowo muntu ukuba kazalwanga.”


Kuthe nje uJesu engakaligwinyi, kwase kufika uJuda, omunye wabali-12, nesixuku esihlome ngezinkemba nezinduku, sithunywe abaphristi abakhulu, izazimthetho namalunga.


Esakhuluma, kwatheleka isixuku siholwa nguJuda, omunye wabali-12, wasondela kuJesu ukuba amange.


UJesu waphendula, wathi: “Yilowo engizakugcobhoza ucezu lwesinkwa ngimnike lona.” Wayesegcobhoza ucezu, walunika uJuda Iskariyothe.


Wayekhuluma ngoJuda, indodana kaSimoni Iskariyothe, ongomunye wabali-12, ngokuba nguye owayezakumkhaphela.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ