Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 13:1 - IsiZulu 2020

1 Kuthe lapho ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe, wathi kuye: “Mfundisi, ake ubheke ubuhle balawa matshe nobuhle balezi zakhiwo!”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kuthe ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka amatshe anjani nezakhiwo ezinjani!”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka ukuthi amatshe anjani nezakhiwo ezingaka!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka ukuthi amatshe anjani nezakhiwo ezingaka!

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 13:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJeremiya wathi kuSeraya: “Kuyakuthi nje lapho ufika eBhabhele, uqikelele ukuba uwafunde wonke lawa mazwi,


Amakherubhi avula amaphiko awo, asuka emhlabathini ngizibonela ngawami amehlo, amasondo ayesemaceleni kwawo asuka nawo. Ama ngasekungeneni kwesango lendlu kaSimakade elingasempumalanga; inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayiphezu kwawo.


Inkazimulo kaSimakade yasuka phezu kwekherubhi, yaya emphemeni wendlu. Indlu yagcwala ifu, negceke lagcwala ukukhazimula kwenkazimulo kaSimakade.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, uyakubona yini lokhu abakwenzayo; izinengiso ezinkulu indlu yakwa-Israyeli ezenza lapha, ukuze ngiqhele ngibe kude nendlu yami engcwele na? Kepha usazobuye ubone ezinye izinengiso ezinkulu.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ