Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:23 - IsiZulu 2020

23 Besagwedla, bewelela ngaphesheya ngesikebhe, uJesu wazunywa ngubuthongo, walala. Kwase kuhlasela isivunguvungu somoya olwandle, isikebhe sagcwala amanzi, baze baba sengozini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kuthe besahamba ngomkhumbi, walala ubuthongo; kwehlela-ke isivunguvungu somoya elwandle, bagcwala amanzi, babesengozini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kwathi besahamba ngomkhumbi walala ubuthongo; basebegcwaliswa ngamanzi, baba sengozini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi besahamba ngomkhumbi walala ubuthongo; basebegcwaliswa ngamanzi, baba sengozini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:23
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nawe mlilo nesichotho, liqhwa nenkwezane, nawe siphepho esenza okwezwi lakhe,


Vuka, Nkosi! Ulaleleni na? Ungasilahli njalonjalo.


“Wena ohluphekayo, ohlukunyeziwe, ongaduduzwanga, bheka, ngizokufaka amatshe esiliva, izisekelo zakho zibe ngamasafire.


Kwathi uJesu emi ngasolwandle iGenezaretha, isixuku samngunga ukuze sizwe izwi likaNkulunkulu.


Kwathi ngolunye usuku uJesu wagibela esikebheni nabafundi bakhe, wayesethi kubo: “Ake siwelele ngaphesheya kolwandle.” Basuka-ke.


Sangena emkhunjini wase-Adramathiyu owawusazosuka ugudle ugu e-Asiya, u-Aristarkhu umMakhedoniya waseThesalonikha wayekanye nathi.


Thina-ke sizibekelani engcupheni umzuzu nomzuzu na?


Ngokuba asinaye umPhristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu, kodwa lowo olingiwe kukho konke njengathi, ebe engenasono.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ