Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:45 - IsiZulu 2020

45 Awunganganga, kepha lo wesifazane, yilokhu ngingenile, akazange ayeke ukwanga izinyawo zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Awunganganga, kepha lo, yilokhu ngingenile, akayekanga ukwanga izinyawo zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Awunganganga, kepha lona wesifazane, selokhu ngingenile, akayekanga ukwanga izinyawo zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Awunganganga, kepha lona wesifazane, selokhu ngingenile, akayekanga ukwanga izinyawo zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:45
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wamanga uRaheli, wayesedazuluka ekhala kakhulu ngenxa yokujabula.


Kepha u-Esawu wathathela ngejubane wamhlangabeza uJakobe umnawakhe, wafike wamgona, wamgomothela, wamanga, base bekhala.


Kwakuthi lapho kusondela noma ngubani ukuzomkhothamela, wayelula isandla sakhe, ambambe, amange.


Bonke abantu bawela iJordani, nenkosi yawela. Inkosi yamanga uBharizilayi, yambusisa; wayesebuyela ekhaya.


Omkhaphelayo wayebanike isibonakaliso, wathi: “Lowo engiyakumanga nguye; mbambeni.”


Bingelelanani ngokwanga okungcwele. Ayakhonza onke amabandla kaKhristu.


Bonke abazalwane bayakhonza kini. Bingelelanani ngokwangana okungcwele.


Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.


Khonzani kubo bonke abazalwane ngokwanga okungcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ