NgokukaLuka 7:38 - IsiZulu 202038 Wema ngemuva kukaJesu, ngasezinyaweni zakhe, ekhala. Waqala ukumatisa izinyawo zikaJesu ngezinyembezi zakhe, wayesezesula ngezinwele zakhe, wazanga izinyawo ephindelela, wayesezigcoba ngamakha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE38 wema emuva ngasezinyaweni zakhe ekhala, waqala ukumatisa izinyawo zakhe ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe, wazanga izinyawo zakhe, wazigcoba ngamafutha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible38 Wema ngasezinyaweni zakhe emva kwakhe ekhala, waqala ukugeza izinyawo zakhe ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe, wanga izinyawo zakhe, wazigcoba ngamafutha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202438 Wema ngasezinyaweni zakhe emva kwakhe ekhala, waqala ukugeza izinyawo zakhe ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe, wanga izinyawo zakhe, wazigcoba ngamafutha. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |