Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:3 - IsiZulu 2020

3 Isizwile ngoJesu, yathumela kuye amalunga abaJuda, ukuba ayomcela eze azokwelapha inceku yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Isizwile ngoJesu yathuma amalunga abaJuda kuye, imcela ukuba eze ayisindise inceku yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Kwathi isizwile ngoJesu, yathuma kuye amalunga abaJuda, imcela ukuthi eze asilise inceku yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwathi isizwile ngoJesu, yathuma kuye amalunga abaJuda, imcela ukuthi eze asilise inceku yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi lapho uJesu engena eKhaphernawume, kweza kuye induna yekhulu, yamnxusa,


Induna yekhulu yayinenceku eyithandayo eyayisigulela ukufa.


Esefikile kuJesu, amncengisisa, ethi: “Ufanelekile lona ukuba umenzele lokhu,


Kwase kufika indoda okuthiwa nguJayiru. Le ndoda eyayingumphathi wesinagoge, yaziphonsa phansi ngasezinyaweni zikaJesu, yamncenga ukuba angene endlini yayo,


Indoda eyayisesixukwini yamemeza yathi: “Mfundisi, ngiyakunxusa ukuba uzongibonela indodana yami, okungukuphela kwayo.


Kwathi ukuba izwe ukuthi uJesu ufikile eGalile evela eJudiya, yaya kuye, yamncenga ukuba ehlele eKhaphernawume aphilise indodana yayo, ngokuba yayisizokufa.


Ngikuncenga ngomntanami u-Onesimu, engimzale njengoba ngiboshiwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ